Incotho yenzani?

Incotho umuthi iyangena kwisikhafulo, iyangena kumuthi owenza umbhemiso, iyangena uma kuthakwa intelezi, uyayiphuza before ulale ukuze ubone izinto, kodwa warning... Nina senifuna ukuthwasiswa online, lokho okuwrongo ngoba njengoba ngiposile la angishongo ukuthi amakhasi noma impande futhi angisishongo isikalo angibushongo nobungozi bayo..uma ngithi iyangena...ngichaza ukuthi ayihambi yodwa kulezozinto. Nifunda mahala ningangiphi imali, uma ufuna ulwazi lempande xhumana nesangoma esiseduze nawe. Incotho umuthi inamanye amagama ebizwa ngawo ibizwa ngokuthi IBHUKU or INCWADI or NGUBOZOHLANYA

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp